31 Agasti 2018
3. Yini umehluko phakathi komsebeni kaNkulunkulu esenyameni kanye nomsebenzi kaMoya?
Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Wayesethi, Ngiyanicela, ngikhombise inkazimulo yakho. Wathi, … Awunakubona ubuso bami: ngokuba akukho muntu ongangibona, futhi aphile” (Eksodusi 33:18-20).
“Futhi iNKOSI yehlela phezu kwentaba iSinayi, esiqongweni sentaba: futhi iNKOSI yambiza uMose ukuba eze esiqongweni sentaba; wase uMose ekhuphuka-ke. Futhi iNKOSI yathi kuMose, Yehla, ubaxwayise abantu, funa bafohle ukuba babone iNKOSI, bese kufa abaningi kubo” (Eksodusi 19:20-21).
South African Gospel Song 2018 “UNkulunkulu Uvele eMpumalanga Yomhlaba Ngenkazimulo”
Best African Gospel Songs 2018 “UNkulunkulu Uvele eMpumalanga Yomhlaba Ngenkazimulo” I UNkulunkulu wenza umsebenzi emhlabeni wonke. Imisindo yokuduma eMpumalanga ayipheli, izamazamisa wonke amahlelo nazo zonke izinkolo. Yizwi likaNkulunkulu elilethe konke esikhathini samanje. Yizwi Lakhe eselinqobe bonke.
God's Will Is Carried Out on Earth "Umbuso KaKristu Usufeziwe Phakathi Kwabantu" Christian Dance
Umbuso KaKristu Usufeziwe Phakathi Kwabantu
IUNkulunkulu uSomandla osesimweni somuntu
uvela ezinsukwini zokugcina eMpumalanga,
njengelanga nje elinokulunga liphuma;
isintu sesikubonile ukukhanya kweqiniso kuvela.
UNkulunkulu onokulunga futhi onobukhosi, onothando nomusa
ngokuzithoba uzifihle phakathi kwabantu,
ekhipha iqiniso, ekhuluma futhi esebenza.
Ibika Ledokhumentari ethi "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" Imibono Evezwayo Ngenhlekelele
Abantu abaningi bacabanga ukuthi isimiselo sabo sisezandleni zabo. Kodwa lapho kufika inhlekelele, konke esikuzwayo ukungabi namandla, uvalo, nokwesaba okukhulu, bese sizwa ukungabi yilutho kwesintu nobuthaka bokuphila…. Ngubani okuwuye yedwa oyinsindiso yethu? Idokhumentari yobuKristu enomculo—Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke—izokwembula impendulo maduze!
Unyazi LwaseMpumalanga, IBandla likaNkulunkulu uSomandla lasungulwa ngenxa yokuvela nomsebenzi kaNkulunkulu uSomandla, ukubuya kwesibili kweNkosi uJesu, uKristu wezinsuku zokugcina. Lakhiwe yibo bonke labo abawamukelayo umsebenzi kaNkulunkulu uSomandla ezinsukwini zokugcina futhi banqotshwa basindiswa ngamazwi Akhe. Lasungulwa ngokuphelele nguNkulunkulu uSomandla ngokwakhe futhi liholwa Nguye njengoMalusi. Nakanjani, alisungulwanga umuntu. UKristu uyiqiniso, indlela, nokuphila. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje uhlala ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuba uNkulunkulu usevelile.
umthombo: IBandla LikaNkulunkulu USomandla
30 Agasti 2018
God Is the Strength of My Life | “EBUSIKA OBUBANDA KAKHULU” zulu Christian gospel moive
Igama lakhe uXiao Li. Sekuphele ishumi leminyaka ekholelwa kuNkulunkulu. Ebusika bango-2012, waboshwa amaphoyisa eKhomishana YamaShayina esebandleni. Phakathi nophenyo, amaphoyisa ayemyenga, emsabisa, emlimaza futhi emhlukumeza ngoba ezama ukumenza adumaze uNkulunkulu ngokuthi adalule ukuthi bakuphi abaholi bebandla kanye nemali yebandla. Ikakhulu ngelinye ilanga elalinamakhaza ashubisa umnkantsha lapho amazinga okubanda ayengaphansi kwamadigri angu-20 ngaphansi kukaziro, wakhunyulwa ngenkani waba nqunu, wamanziswa ngamanzi aneqhwa, washokhwa ngogesi esithweni sangasese, futhi amaphoyisa amnika ngenkani amanzi esinaphi.... Wahlukunyezwa ngonya futhi wahlanjalazwa ngendlela engachazeki. Phakathi nokuphekwa ngemibuzo, wezwa ubuhlungu nokuhlazeka. Wathandaza kaningi kuNkulunkulu. Izwi likaNkulunkulu lamnika ukukhanya nesiqondiso esingaphelelwa isikhathi. Ngokholo namandla awamukela ezwini likaNkulunkulu, wakunqoba ukuhlunyezwa ngonya nokuhlaselwa amadimoni wenza ubufakazi obuhle kakhulu. Njengembali eqhakaza ebusika, waveza ubuhle obumangalisayo ngokuqhakaza ngaphansi kwezimo ezinzima, kwavela kuye iphunga elimnandi ... Unyazi LwaseMpumalanga, IBandla likaNkulunkulu uSomandla lasungulwa ngenxa yokuvela nomsebenzi kaNkulunkulu uSomandla, ukubuya kwesibili kweNkosi uJesu, uKristu wezinsuku zokugcina. Lakhiwe yibo bonke labo abawamukelayo umsebenzi kaNkulunkulu uSomandla ezinsukwini zokugcina futhi banqotshwa basindiswa ngamazwi Akhe. Lasungulwa ngokuphelele nguNkulunkulu uSomandla ngokwakhe futhi liholwa Nguye njengoMalusi. Nakanjani, alisungulwanga umuntu. UKristu uyiqiniso, indlela, nokuphila. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje uhlala ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuba uNkulunkulu usevelile.
2. Yini ukuba uNkulunkulu esimweni somuntu? Yini Umongo kaNkulunkulu esimweni somuntu?
Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Futhi uLizwi waba yinyama, futhi wahlala phakathi kwethu, (futhi sabona inkazimulo Yakhe, inkazimulo enjengeyozelwe yedwa kuYise,) egcwele umusa neqiniso” (Johane 1:14).
“Futhi uLizwi waba yinyama, futhi wahlala phakathi kwethu, (futhi sabona inkazimulo Yakhe, inkazimulo enjengeyozelwe yedwa kuYise,) egcwele umusa neqiniso” (Johane 1:14).
South African Gospel Song “UNkulunkulu Ufuna Labo Abomele Ukuvela Kwakhe”
Christian South Africa Songs 2018 “UNkulunkulu Ufuna Labo Abomele Ukuvela Kwakhe” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
IUNkulunkulu ufuna labo abamlangazelelayo, abalangazelela ukuthi avele.
UNkulunkulu ufuna labo angamphikisi, abalalelayo njengabantwana phambi Kwakhe.
Ibika Ledokhumentari ethi "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" | Ukuhlola Umhlaba Kanye Nezulu
Esibhakabhakeni esibanzi esigcwele izinkanyezi, imihlaba iyangqubuzana, nochungechunge lwezigameko eziningi luzala imihlaba emisha…. Inqwaba yezinto zasezulwini ezisemkhathini zonke zisebenza ngokuzwana – ziqondiswa ngubani? Idokhumentari yobuKristu enomculo—Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke—izokwembula amaqiniso angempela maduze!
Unyazi LwaseMpumalanga, IBandla likaNkulunkulu uSomandla lasungulwa ngenxa yokuvela nomsebenzi kaNkulunkulu uSomandla, ukubuya kwesibili kweNkosi uJesu, uKristu wezinsuku zokugcina. Lakhiwe yibo bonke labo abawamukelayo umsebenzi kaNkulunkulu uSomandla ezinsukwini zokugcina futhi banqotshwa basindiswa ngamazwi Akhe. Lasungulwa ngokuphelele nguNkulunkulu uSomandla ngokwakhe futhi liholwa Nguye njengoMalusi. Nakanjani, alisungulwanga umuntu. UKristu uyiqiniso, indlela, nokuphila. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje uhlala ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuba uNkulunkulu usevelile
Ibika Ledokhumentari ethi "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" Ukuhlola Izimfihlakalo Zempilo
Umlotha Emlotheni, Uthuli Othulini.
Akekho onganqoba ukugula nokufa.
Akekho ongaguqula imithetho yokukhula nobuthakathaka.
…
Siphilelani? Futhi kungani kufanele sife? Ubani ophethe lo mhlaba?
Unyazi LwaseMpumalanga, IBandla likaNkulunkulu uSomandla lasungulwa ngenxa yokuvela nomsebenzi kaNkulunkulu uSomandla, ukubuya kwesibili kweNkosi uJesu, uKristu wezinsuku zokugcina. Lakhiwe yibo bonke labo abawamukelayo umsebenzi kaNkulunkulu uSomandla ezinsukwini zokugcina futhi banqotshwa basindiswa ngamazwi Akhe. Lasungulwa ngokuphelele nguNkulunkulu uSomandla ngokwakhe futhi liholwa Nguye njengoMalusi. Nakanjani, alisungulwanga umuntu. UKristu uyiqiniso, indlela, nokuphila. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje uhlala ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuba uNkulunkulu usevelile.
Isitatimende esikhethekile: Ukukhiqizwa kwalevidiyo kwenziwe njengesiqephu esingangesi nzuzo seBandla likaNkulunkulu uSomandla. Abalingisi abavela kulomukhiqizo basebenza ngaphansi kohlelo lokungenisa inzuzo, kanti futhi abakhokhelwanga noma ingayiphi indlela. Le vidiyo akumele isakazelwe inzuzo kunoma iyiphi inhlangano yyesithathu, futhi siyathemba ukuthi wonke umuntu uzokwabela abanye ayisakaze ngokuvulelekile. Uma uyisakaza, sicela udalule umthombo wayo. Ngaphandle kwemvume yeBandla likaNkulunkulu uSomandla, akukho nhlangano, namaqembu omphakathi noma umuntu ongalimaza noma ashitshe okuqukethwe kule vidiyo.
Unyazi LwaseMpumalanga
South African Gospel Song "UNkulunkulu Angazuza Isintu Kuphela Ngokusebenza Enyameni"
South African Zulu Song “UNkulunkulu Angazuza Isintu Kuphela Ngokusebenza Enyameni” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
I
Ngezwi likaNkulunkulu elingokoqobo,
ubuthakathaka nokuhlubuka komuntu kuyahlulelwa futhi kwembulwe.
Bese umuntu ethola lokhu akudingayo.
Uyabona ukuthi uNkulunkulu usefikile kulo mhlaba wabantu.
29 Agasti 2018
Worship God and Receive His Protection "UNKULUNKULU AKUBUSISE" | 2018 Zulu Christian Video
Abantu bajwayele ukuthi, "Izingozi ziyenzeka, impilo ngeke uyazi."
Namhlanje, ezomnotho nezobuchwepheshe kuthuthuka ngesivinini esikhulu,
amazinga okuphila athuthuke kancane kancane,
kodwa sesithole ukuthi izibhicongo emhlabenijikelele zinyuka usuku nosuku.
Ibika Ledokhumentari "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" | Ubufakazi Bamandla KaNkulunkulu
South African Gospel Music Song Praise Worship Song “Ukubaluleka Kokuphatha KukaNkulunkulu Isintu” Ngaso sonke isikhathi endaweni yonke, zonke izinto ezisemkhathini zihamba ngokunembile phakathi kwemizila yazo. Ngaphansi kwamazulu, izintaba, imifula, namachibi konke kunemingcele yakho, futhi zonke izidalwa ziphila futhi zizalane kuzo zonke izinkathi zonyaka ezine ngokuvumelana nemithetho yokuphila…. Lokhu konke kuklanywe ngokumangalisayo—ingabe ukhona Onamandla obusa futhi ahlele konke lokhu? Selokhu safika sikhala kulo mhlaba saqala ukufuna ukudlala izindima ezahlukene ekuphileni. Sisuka ekuzalweni siye ekugugeni siye ekuguleni siye ekufeni, sihamba phakathi kwenjabulo nosizi…
South African Gospel Song 2018 “UNkulunkulu Uyehla Nesahlulelo” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu
South African Gospel Song 2018 “UNkulunkulu Uyehla Nesahlulelo” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu I UNkulunkulu Uyehla Nesahlulelo Esehlela esizweni sikadrako omkhulu obomvu. UNkulunkulu uyaphenduka abheke umhlaba bese uqala uzamazama. Ngabe ikhona indawo engabhekani nokwahlulela Kwakhe? Noma iphile esishayweni asehlisile? Kuphi naphi lapho Eya khona Usakaza imbewu yencithakalo, Kodwa ngakho unika insindiso futhi ekhombisa uthando Lwakhe. UNkulunkulu ufisa ukwenza abantu abaningi bamazi Yena, baMbone bese bemhlonipha kakhulu. Abakaze baMbone sonke lesi khathi, kodwa manje Ungokoqobo impela.
Ibika Ledokhumentari YamaKristu “Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke” Ukukhishwa Komthetho
Imiyalelo nemithetho kaJehova uNkulunkulu eyanikwa ama-Israyeli ayigcinanga nje ngokuba nomthelela omkhulu emthethweni womuntu, kodwa ibuye yabamba iqhaza elibalulekile ekumisweni nasekwakhiweni kwempucuko yesimilo kanye nezakhiwo zentando yeningi emiphakathini yabantu.
28 Agasti 2018
Best South African Gospel Dance "uNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe Empumalanga" (Zulu)
UNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe EMpumalanga
I
UNkulunkulu unikeze inkazimulo Yakhe ku-Israyeli
wabe eseyisusa lapho,
waletha abakwa-Israyeli eMpumalanga, futhi waletha bonke abantu eMpumalanga.
UNkulunkulu ubaholele bonke ekukhanyeni
ukuze bazophinda babumbane babe nenhlanganyelo nokukhanya
singabe sisaba khona isidingo sokufuna, sokufuna ukukhanya.
1.INkosi uJesu uqobo waphrofetha ukuthi uNkulunkulu uyoba sesimweni somuntu ngezikhathi zokugcina futhi uyovela njengeNdodana yomuntu ukuzokwenza umsebenzi
Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Nani-ke manibe nilungile: ngokuba iNdodana yomuntu iyeza ngehora eningalicabangiyo” (Luka 12:40).
“Njengombani, okhanya engxenyeni ethize phansi kwezulu, ukhanya kwenye indawo ngaphansi kwezulu; izoba njalo futhi iNdodana yomuntu ngosuku lwayo. Kodwa kuqala kufanele ihlushwe yizinto eziningi, futhi ibuye ilahlwe yilesi sizukulwane” (Luka 17:24-25).
“Futhi phakathi kwamabili kwenziwa isimemezelo, Bheka, umyeni usefikile; hambani niyomhlangabeza” (Mathewu 25:6).
“Bheka, Ngime emnyango, futhi ngiyangqongqoza; uma kukhona umuntu ozwa izwi lami, avule umnyango, ngizongena ngize kuye, futhi ngizodla naye, naye adle nami” (IsAm 3:20).
“Bheka, ngizoza njengesela. Ubusisiwe lowo ohlala eqaphile, nogcina izingubo zakhe, angabi ngohamba-ze, futhi balibone ihlazo lakhe” (IsAmbulo 16:15).
Ibika Ledokhumentari ethi "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" | Ukuphakama Nokuwa Kwamazwe
Ngabe ukuphakama nokuwa kwezwe noma isizwe kungenxa yezenzo zomuntu? Ngabe kungumthetho wemvelo? Luhlobo luni lwemfihlakalo oluqukethwe? Ngempela ngubani olawula ukuphakama nokuwa kwezwe noma isizwe? Idokhumentari yobuKristu enomculo Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke izokwembula imfihlakalo masinyane!
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)