31 Okthoba 2018
Umsebenzi Nokungena (1)
Kusukela ngesikhathi abantu abaqala ngaso ukunyathela emgudwini ofanele wokuphila, kunezinto eziningi ezingakacaci. Basadunguza emswanini ngomsebenzi kaNkulunkulu, nangomsebenzi omningi okufanele bawenze.
Bonke Abangamazi UNkulunkulu Bayilabo Abaphikisana NoNkulunkulu
Ukuze kuqondwe inhloso yomsebenzi kaNkulunkulu, umphumela okufanele umuntu afinyelele kuwo, kanye nentando kaNkulunkulu ngomuntu, yilokhu okufanele wonke umuntu olandela uNkulunkulu afinyelele kukho.
Ukuba Nesimo Esingaguquki Ukuba Yisitha SikaNkulunkulu
Ngemva kweminyaka eyizinkulungwane ezimbalwa zenkohlakalo, umuntu waba ndikindiki wangahlakanipha, waba idimoni eliphikisa uNkulunkulu kangangokuba ukuhlubuka komuntu kuNkulunkulu kuqoshwe ezincwadini zomlando kanti umuntu ngokwakhe akakwazi ukunikeza izizathu ezanele zalokhu kuhlubuka kwakhe – ngoba umuntu wonakaliswe kakhulu uSathane, wadukiswa nguSathane kangangokuthi akazi nokuthi abheke ngaphi.
30 Okthoba 2018
Ingabe Usuyaphila?
Lapho usuzuze ukuphila ubuntu obujwayelekile, futhi uye wapheleliswa, nakuba ungenakukwazi ukukhuluma isiprofetho, noma ezinye izimfihlakalo, uzophila futhi uzokwambula isithombe somuntu.
Kufanele Ningayeki Ukuzinikela KuNkulunkulu
UMoya oNgcwele usebenza kanjani manje ebandleni? Niyakwazi lokho? Yiziphi izingqinamba ezinkulu zabafowenu nodadewenu? Yini abayintula kakhulu? Okwamanje, kunabantu abanokudembesela lapho bebhekene nezilingo, futhi abanye baze bakhononde, abanye abasayi ngisho phambili ngoba uNkulunkulu akasakhulumi.
Umsebenzi kaMoya oNgcwele Nomsebenzi kaSathane
Ukuqonda kanjani okuyisisekelo ngokomoya? Ingabe uMoya oNgcwele usebenza kanjani kumuntu? Ingabe uSathane usebenza kanjani kumuntu? Ingabe imimoya emibi isebenza kanjani kumuntu? Futhi ziyini izibonakaliso zalo msebenzi? Uma kwenzeka okuthile kuwena, ingabe kuqhamuka kuMoya oNgcwele, futhi ingabe kufanele umthobele, noma ungamlaleli? Ukwenza kwabantu kuveza okuningi ngentando yomuntu kodwa yilokho abantu abahlezi becabanga ukuthi kuvela kuMoya oNgcwele.
Yilabo Kuphela Abagxila Ekwenzeni Abangapheleliswa
Ezinsukwini zokugcina uNkulunkulu waba yinyama ukuze enze umsebenzi okwakufanele awenze nokwenza inkonzo yaKhe yamazwi. Weza engumuntu ukuzosebenza phakathi kwabantu ngenhloso yokuphelelisa labo abafuna inhliziyo yaKhe.
Labo Abathanda UNkulunkulu Bayophila Phakathi Kokukhanya Kwakhe Ingunaphakade
Ingqikithi yokukholelwa kwabantu abaningi kuNkulunkulu iwukuqiniseka ngenkolo: Abanawo amandla okuthanda uNkulunkulu, bakwazi kuphela ukumlandela njengerobhothi, abakwazi ukulangazelela uNkulunkulu ngeqiniso noma ukumdumisa.
28 Okthoba 2018
Ukuthola Ukucwengisiswa Kuphela Okungenza Umuntu Athande UNkulunkulu Ngokweqiniso
Ingabe umuntu kufanele amthande kanjani uNkulunkulu ngesikhathi sokucwengwa? Emva kokuthola ukucwengeka, nangesikhathi sokucwengeka abantu bayakwazi ukumdumisa ngokweqiniso uNkulunkulu bakwazi nokuzibona ukuthi basilele kangakanani.
Indlela UPetru Amazi Ngayo UJesu
Esikhathini uPetru asichitha enoJesu, wabona izinto eziningi ezenza uJesu athandeke, izinto okufanele zilingiswe, futhi eziningi zaboniswa yena. Nakuba uPetru abubona ngezindlela eziningi ubuntu bukaNkulunkulu kuJesu, futhi abona ubuntu obuningi obuthandekayo, ekuqaleni wayengamazi uJesu.
Yilabo Abazi UNkulunkulu Kuphela Abangafakaza ngoNkulunkulu
Kungumthetho waseZulwini nesimiso sasemhlabeni ukukholelwa kuNkulunkulu nokwazi uNkulunkulu, kanti namuhla—ngesikhathi lapho uNkulunkulu osesimweni somuntu enza umsebenzi Wakhe—yisikhathi esihle sokwazi uNkulunkulu.
27 Okthoba 2018
Inkulumo Emfishane Mayelana “Nombuso Weminyaka Eyinkulungwane Osufikile”
Uwubona kanjani umbono woMbuso Weminyaka Eyinkulungwane? Abanye abantu bacabanga kakhulu ngawo, futhi bathi uMbuso Weminyaka Eyinkulungwane uyoba khona iminyaka eyinkulungwane emhlabeni, ngakho uma amalungu amadala kunamanye ebandleni engashadile, ingabe kufanele ashade? Umndeni wami awunamali, ingabe kufanele ngiqale ngenze imali? … Uyini uMbuso Weminyaka Eyinkulungwane? Ingabe uyazi? Abantu babona kalufifi futhi bathwele kanzima kakhulu.
Ukuthanda uNkulunkulu kuphela Okuwukukholwa kuNkulunkulu Ngeqiniso
Namhlanje, njengoba ufuna ukuthanda nokwazi uNkulunkulu, kolunye uhlangothi, kufanele ubekezelele ubunzima kanye nokucwengwa, futhi kolunye, kumele ukhokhe inani.
Ukubhekana Nezilingo Ezibuhlungu Kuphela Okungakwenza Wazi Ubuhle BukaNkulunkulu
Ngempela ngempela umthanda kangakanani uNkulunkulu namhlanje? Futhi kungakanani konke okwaziyo uNkulunkulu akwenzile kuwe? Lezi yizinto okufanele uzifunde.
Labo Abazopheleliswa Kumele Bacwengwe
Uma ukholwa kuNkulunkulu, kumele ulalele uNkulunkulu, wenze iqiniso futhi ufeze yonke imsebenzi yakho. Ngaphezu kwalokho, kumele uziqonde izinto okufanele udlule kuzo.
26 Okthoba 2018
Abantu Abangakulalela Ngokugcwele Ukuba Ngokoqobo KukaNkulunkulu Yilabo Abamthanda Ngeqiniso UNkulunkulu
Ukuba nolwazi ngokungokoqobo nokukwazi ukuwubona ngokucacile umsebenzi kaNkulunkulu—konke lokhu kuyabonakala emazwini Akhe. Ukukhanya ungakuthola kuphela emazwini kaNkulunkulu, ngakho kufanele uzihlomise kakhulu ngamazwi Akhe.
Konke Kuyafezeka Ngezwi LikaNkulunkulu
UNkulunkulu ukhuluma amazwi Akhe enze nomsebenzi Wakhe ngokwezinkathi ezehlukene, nasezinkathini ezehlukene, ukhuluma amazwi ehlukene. UNkulunkulu akathobeli mithetho, noma aphinde umsebenzi ofanayo, noma abe nenkumbulo yezinto zesikhathi esedlule; unguNkulunkulu ohlala emusha njalo akabi mdala, futhi nsuku zonke ukhuluma amazwi amasha.
INkathi Yombuso YiNkathi Yezwi
ENkathini Yombuso, uNkulunkulu usebenzisa izwi ukungenisa inkathi entsha, ukuguquka izindlela zomsebenzi Wakhe, nokwenza umsebenzi waso sonke isikhathi. Lesi yisimiso uNkulunkulu asebenza ngaso eNkathini Yezwi. be yinyama womuntu ukuze akhulume ngezindlela ezahlukene, ehlomisa umuntu ukuthi abone uNkulunkulu ngeqiniso, oyiZwi elivela enyameni, nangobuhlakani nezimangaliso Zakhe.
25 Okthoba 2018
Labo Abalalela UNkulunkulu Ngenhliziyo Yeqiniso Bayozuzwa Ngokuqinisekileyo NguNkulunkulu
Umsebenzi kaMoya oNgcwele uyaguquka usuku nosuku, unyukela phezulu isinyathelo ngasinye; isambulo sakusasa singaphezulu kwesanamuhla, isinyathelo ngesinyathelo sikhuphuka sinyukela phezulu njalo.
UNkulunkulu Uyabaphelelisa Labo Abafuna Inhliziyo Yakhe
Iqembu labantu uNkulunkulu afuna ukubazuza manje, yilabo abalwela ukubambisana noNkulunkulu, abangahlonipha umsebenzi Wakhe, nabakholwa ukuthi amazwi uNkulunkulu awakhulumayo ayiqiniso, abangenza izinto ezifunwa uNkulunkulu.
Yazini Intando KaNkulunkulu Nizuze Ukuphelela
Lapho nazi intando kaNkulunkulu, umthwalo wenu usinda ngisho nakakhulu; lapho umthwalo wenu usinda, nesipiliyoni senu sizoba siningi. Lapho niyazi intando kaNkulunkulu, uNkulunkulu uyonithwalisa lo mthwalo, futhi niyokhanyiselwa uNkulunkulu ezintweni aniphathise zona.
24 Okthoba 2018
Ukuthulisa Inhliziyo Yakho Phambi KukaNkulunkulu
Ukuthulisa inhliziyo yakho phambi kukaNkulunkulu kungesinye sezinyathelo esibalulekile kakhulu zokungena emazwini kaNkulunkulu, futhi kuyisifundo lapho abantu bonke benesidingo esiphuthumayo sokungena kuso manje.
Labo Abasimo Sabo Siguqukile Yilabo Abangene Oqotsheni Lwamazwi KaNkulunkulu
Indlela uMoya oNgcwele asebenza ngayo kubantu ukuqala ngokukhipha izinhliziyo zabo kubo bonke bantu, izigameko, nezinto uzifake emazwini kaNkulunkulu ukuze bonke bakholwe ezinhliziyweni zabo ukuthi amazwi kaNkulunkulu kuphela angenakungatshazwa futhi ayiqiniso eliphelele.
23 Okthoba 2018
2. Yini ukuhlwithwa kwangempela?
Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Phakathi kwamabili kwezwakala izwi elikhulu, Bheka, kuza umkhwenyana; phumani niyomhlangabeza” (Mathewu 25:6).
“Bheka, Ngime emnyango, futhi ngiyangqongqoza; uma kukhona umuntu ozwa izwi lami, avule umnyango, ngizongena ngize kuye, futhi ngizodla naye, naye adle nami” (IsAm 3:20).
1.Ukuhlwithwa kufanele kusekelwe emazwini kaNkulunkulu futhi hhayi emicabangweni nasebucikweni bomuntu
Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Baba wethu osezulwini, malingcweliswe igama lakho. Umbuso Wakho mawufike, intando Yakho yenziwe emhlabeni njengasezulwini” (Mathewu 6:9-10).
“And I Johane saw the holy city, new Jerusalem, coming down from God out of heaven…Bheka, ithabanekeli likaNkulunkulu likubantu, futhi uyakuhlala nabo, futhi bona babe abantu bakhe, futhi uNkulunkulu ngokwakhe uzokuba nabo, futhi abe nguNkulunkulu wabo” (IsAmbulo 21:2-3).
Yazi Umsebenzi Wakamuva KaNkulunkulu Bese Ulandela Ezinyathelweni ZikaNkulunkulu
Manje sekumele niphokophelele ukuba abantu bakaNkulunkulu, bese niqala ukungena ngokuphelele endleleni eyiyo. Ukuba ngabantu bakaNkulunkulu kusho ukungena eNkathini YoMbuso. Namuhla, niqala ukungena ngokusemthethweni ekuqeqeshelweni umbuso, kanti nezimpilo zenu zekusasa zizoyeka ukuhuduleka njengasekuqaleni; izimpilo ezinjalo angeke zikwazi ukufinyelela emazingeni adingwa uNkulunkulu.
Yilabo Abazi Umsebenzi KaNkulunkulu Namuhla Kuphela Abangasebenzela UNkulunkulu
Ukuze unikeze ubufakazi ngoNkulunkulu futhi uhlazise udrako omkhulu obomvu kumele ube nesimiso, kanye nomgomo: Enhliziyweni yakho kumele uthande uNkulunkulu, futhi ungene emazwini kaNkulunkulu.
22 Okthoba 2018
Ukukholwa KuNkulunkulu Kumele Kugxile Eqinisweni, Hhayi Emasikweni Enkolo
Mangaki amasiko enkolo owagcinayo? Kukangaki uhlubuka ezwini likaNkulunkulu futhi uhamba indlela yakho? Kukangaki lapho wenze izwi likaNkulunkulu ngenxa yokuba ucabanga ngokweqiniso ngemithwalo Yakhe futhi ufuna ukufeza isifiso Sakhe? Qonda izwi likaNkulunkulu futhi ulenze.
Phunyuka Emandleni Obumnyama Uzozuzwa UNkulunkulu
Ayini amandla obumnyama?
Lokhu okubizwa ngamandla obumnyama kuwukuba isigqila sikaSathane, kungamandla kaSathane, futhi kungamandla aholela ekufeni.
Ngemva kokuthandaza ngobuqotho kuNkulunkulu, uphendulela inhliziyo yakho kuNkulunkulu ngokugcwele, kulokhu inhliziyo yakho igqugquzelwa uMoya kaNkulunkulu, uzimisele ngokuzinikela ngokugcwele, futhi manje usuphunyukile emandleni obumnyama.
Lokhu okubizwa ngamandla obumnyama kuwukuba isigqila sikaSathane, kungamandla kaSathane, futhi kungamandla aholela ekufeni.
Ngemva kokuthandaza ngobuqotho kuNkulunkulu, uphendulela inhliziyo yakho kuNkulunkulu ngokugcwele, kulokhu inhliziyo yakho igqugquzelwa uMoya kaNkulunkulu, uzimisele ngokuzinikela ngokugcwele, futhi manje usuphunyukile emandleni obumnyama.
21 Okthoba 2018
Umehluko Obalulekile Phakathi KukaNkulunkulu Osesimweni Somuntu Kanye Nabantu Abasetshenziswa UNkulunkulu
Iminyaka eminingi uMoya kaNkulunkulu ubefuna ngokungaphezi njengoba esebenza emhlabeni. Ezinkathini eziningi uNkulunkulu usesebenzise abantu abaningi kakhulu ukwenza umsebenzi Wakhe.
Ukunqenqeza Kwemidumo Eyisikhombisa – Okuyisiprofetho Sokuthi Ivangeli Lombuso Lizosabalala Ligcwale Umhlaba Wonke
Ngisabalalisa umsebenzi Wami ezizweni. Inkazimulo Yami ikhazimula emhlabeni wonke; intando Yami ikubantu abahlakazeke lapha nalaphaya, bonke beqondiswa yisandla Sami benza umsebenzi engibanike wona.
Umele Ukuphilela Iqiniso Njengalokhu Ukholelwa KuNkulunkulu
Inkinga ejwayelekile ekhona kubo bonke abantu ukuthi bayaliqonda iqiniso kodwa abakwazi ukulenza. Imbangela eyodwa edala lokhu ukuthi abantu abafuni ukwenza konke okusemandleni ukuzimisela, futhi enye imbangela yalokhu ukuthi ukuhlakanipha komuntu akwenele; akakwazi ukubuka izinkinga angahlangabezana nazo ezikhona empilweni ngeso elidlulayo futhi akakwazi ukuthatha izinyathelo ezifanele.
20 Okthoba 2018
Ngabe Umsebenzi kaNkulunkulu Ulula Njengoba Umuntu Ecabanga?
Njengomuntu okholwa kuNkulunkulu, kufanele uqonde ukuthi, namhlanje, ekutholeni umsebenzi kaNkulunkulu ezinsukwini zokugcina nawo wonke umsebenzi wohlelo lukaNkulunkulu kuwe, uthole ngempela ukuphakanyiswa nensindiso enkulu okuvela kuNkulunkulu.
Ukwazi Umsebenzi kaNkulunkulu Namhlanje
Ukwazi umsebenzi kaNkulunkulu kulezi zikhathi, esikhathini esiningi, ukwazi ukuthi iyini inkonzo esemqoka kaNkulunkulu osesimweni somuntu ezinsukwini zokugcina, nokuthi uzokwenzani emhlabeni. Ngishilo ngaphambili emazwini ami ukuthi uNkulunkulu ufike emhlabeni (ngezinsuku zokugcina) ukuzokwenza isiboniso ngaphambi kokuthi ahambe.
Ukwenza Iqiniso Kuphela Okuwukuba Ngokoqobo
Ukukwazi ukuwachaza kahle amazwi kaNkulunkulu akusho ukuthi usesimweni esingokoqobo—izinto azilula njengoba ubungase ucabange. Ukuthi usesimweni esingokoqobo noma cha akuncikile kulokho okushoyo, kunalokho, kuncike kulokho okuphilayo.
Kumele Wazi Ukuthi UNkulunkulu Wokoqobo NguNkulunkulu Uqobo
Yini okumele uyazi ngoNkulunkulu wokoqobo? UMoya, uMuntu, kanye neZwi kwenza uNkulunkulu wokoqobo uqobo, futhi lokhu kuyincazelo yeqiniso kaNkulunkulu uqobo.
19 Okthoba 2018
Ukugcina Imiyalo Nokulandela Iqiniso
Ezenzweni zenu, imiyalo kufanele ihlobane nokulandela iqiniso, Ngesikhathi esifanayo nenigcina ngaso imiyalo, kufanele futhi nenze neqiniso. Lapho nilandela iqiniso, akufanele nephule imiyalo noma nimelane nemiyalo. Yenzani lokho uNkulunkulu adinga ukuthi nikwenze.
Gxila Kakhulu Kokungokoqobo
Wonke umuntu angakwazi ukupheleliswa uNkulunkulu, ngakho wonke umuntu kufanele aqonde ukuthi iyiphi inkonzo kaNkulunkulu ehambisana kahle nezinhloso zikaNkulunkulu. Abantu abaningi abazi ukuthi kusho ukuthini ukukholelwa kuNkulunkulu futhi abazi ukuthi kungani kufanele bakholelwe kuNkulunkulu.
Bunjani Ubuhlobo Bakho NoNkulunkulu
Ekukholelweni kuNkulunkulu, okungenani kumele ulungise indaba yokuba nobuhlobo obujwayelekile noNkulunkulu. Ngaphandle kobuhlobo obujwayelekile noNkulunkulu, kuyalahleka ukubaluleka kokukholelwa kuNkulunkulu.
18 Okthoba 2018
Uthando Lwangempela lukaNkulunkulu Luyazenzakalela
Bonke abantu bake balungiswa ngenxa yamazwi kaNkulunkulu. Uma kwakungazange kwenzeke ukuba uNkulunkulu abe sesimweni somuntu ngokuqinisekile isintu ngabe asibusiswanga ukuba sihlupheke ngaleyo ndlela.
Mayelana Nenqubo Yokuthandaza
Aninaso isikhathi sokuthandaza empilweni yenu yansuku zonke. Abantu bahlezi bengawunaki umthandazo. Emithandazweni yabo ngaphambilini babeveza imizwa yabo nje bezidlalela, futhi akekho owake wanikela ngokupheleleyo ngenhliziyo yakhe phambi kukaNkulunkulu futhi wathandaza ngeqiniso kuNkulunkulu.
17 Okthoba 2018
Umbuso Weminyaka Eyinkulungwane Usufikile
Nibonile yini ukuthi umsebenzi kaNkulunkulu uzofezani kuleli qembu labantu? UNkulunkulu uthe, ngisho eMbusweni Weminyaka Eyinkulungwane abantu kusazodingeka ukuthi baqhubeke balandele amazwi Akhe, futhi kusasa la mazwi kaNkulunkulu azoqondisa ukuphila kwabantu ezweni elihle laseKhanani.!--more--> Lapho uMose esehlane, uNkulunkulu wamfundisa futhi wakhuluma naye ngokuqondile. UNkulunkulu wathumela ukudla esezulwini, amanzi nemana ukuze abantu bayijabulele, futhi kusenjalo nanamuhla: uNkulunkulu ngokwakhe uthumele izinto ezidliwayo neziphuzwayo ukuze abantu bazijabulele, futhi Yena ngokwakhe ulethe iziqalekiso ukuze asole abantu. Ngakho zonke izinyathelo zomsebenzi Wakhe zenziwa uNkulunkulu mathupha. Namuhla, abantu balambele iqiniso, bazama ukubona izimpawu nezimangaliso, futhi kunokwenzeka ukuthi bonke abantu abanjalo bashiywe, ngoba umsebenzi kaNkulunkulu uya uba ngokoqobo kakhulu. Akekho owaziyo ukuthi uNkulunkulu wehlile esuka ezulwini, abakaqapheli ukuthi uNkulunkulu uthumele ukudla nezinto ezivela ezulwini—kuyilapho uNkulunkulu ekhona ngempela, nezimo ezijabulisayo zoMbuso Weminyaka Eyinkulungwane abantu abazicabangayo kuyizinto ezivela ngqo emazwini kaNkulunkulu. Lokhu kuyiqiniso, futhi lokhu kuwukuphela ukubusa noNkulunkulu emhlabeni. Ukubusa noNkulunkulu emhlabeni kuqondise enyameni. Lokhu okungeyona inyama akukho emhlabeni, ngakho bonke labo abalwela ukuya ezulwini lesithathu balwela into engekho. Ngelinye ilanga, lapho umhlaba wonke usubuyela kuNkulunkulu, umongo womsebenzi Wakhe ezulwini nasemhlabeni wonke uyolandela amazwi kaNkulunkulu; kwenye indawo, abanye abantu bayoshaya izingcingo, abanye bayogibela izindiza, abanye bayogibela izikebhe bawele ulwandle, abanye bayosebenzisa ama-laser ukuze bathole amazwi kaNkulunkulu. Bonke abantu bayokhonza futhi bayolangazelela, bonke bayosondela kuNkulunkulu, futhi bahlanganyele kuNkulunkulu, futhi bonke bayokhonza uNkulunkulu—futhi konke lokhu kuyobe kuyizenzo zikaNkulunkulu. Khumbula lokhu! Ayikho into uNkulunkulu asazoyiqala kabusha kwenye indawo. UNkulunkulu uyofeza leli qiniso: Uyokwenza ukuthi bonke abantu emhlabeni wonke beze phambi Kwakhe, futhi bakhonze uNkulunkulu emhlabeni, futhi omunye umsebenzi Wakhe kwezinye izindawo uyophela, futhi abantu bayophoqeleka ukuba bafune indlela yeqiniso. Kuyoba njengakuJosefa: Bonke babeya kuye ukuze bathole ukudla, futhi bamkhothamele, ngoba wayenezinto ezidliwayo. Ukuze bagweme indlala abantu bazophoqeleka ukuba bafune indlela yeqiniso. Wonke umphakathi wamakholwa ubhekene nendlala enzima, futhi uNkulunkulu wanamuhla kuphela ongumthombo wamanzi okuphila, umthombo ogeleza njalo owenzelwe ukuba abantu bajabule, futhi abantu bazoza bancike Kuye. Leso kuyoba yisikhathi sokwambulwa kwezenzo zikaNkulunkulu, futhi uNkulunkulu uyakhazinyuliswa; bonke abantu emhlabeni wonke bazokhonza “umuntu” onganakekile. Ingabe lolu ngeke kube usuku lwenkazimulo kaNkulunkulu? Ngelinye ilanga, abafundisi abadala bazothumela amathelegramu befuna amanzi omthombo wokuphila. Bazobe bekhulile, kodwa nabo bazoza bakhonze lo muntu, lowo ababemdelela. Emilonyeni yabo bazoqaphela futhi ezinhliziyweni zabo bazothemba—ingabe lolu akulona uphawu noma isimanga? Lapho wonke umbuso ujabulela inkazimulo kaNkulunkulu, futhi noma ubani oza kinina futhi amukele izindaba ezinhle zikaNkulunkulu uzobusiswa Nguye, futhi la mazwe nalaba bantu bazobusiswa futhi banakekelwe uNkulunkulu. Umyalelo wangelinye ilanga uyoba nje: Labo abathole amazwi evela emlonyeni kaNkulunkulu bazoba nendawo yokuhamba emhlabeni, futhi noma bangosomabhizinisi noma ososayensi, noma othisha, noma abezimboni, labo abangenawo amazwi kaNkulunkulu kuzoba nzima ngisho ukuthatha isinyathelo esisodwa, futhi bazophoqeleka ukuba bafune indlela yeqiniso. Yilokho okushiwoyo uma kuthiwa, “Ngeqiniso uzohamba emhlabeni wonke; ngaphandle kweqiniso, ngeke uye ndawo.” Amaqiniso awukuthi: UNkulunkulu uzosebenzisa Indlela (okusho ukuthi wonke amazwi Akhe) ukuze aqondise wonke umhlaba futhi abuse futhi anqobe isintu. Abantu bahlale bethemba ukujika okukhulu emisebenzini kaNkulunkulu. Ukucacisa, uNkulunkulu uqondisa abantu ngezwi, futhi kumele wenze lokho akushoyo[a] kungakhathaleki ukuthi uyafisa ukwenza lokho noma cha; leli yiqiniso elingenakuphikwa, futhi kumele lilalelwe yibo bonke, nalo futhi laziwe yibo bonke.
UMoya oNgcwele unikeza abantu umuzwa. Ngemva kokufunda amazwi kaNkulunkulu, ezinhliziyweni zabo bayaqina futhi banokuthula, kanti labo abangalamukeli izwi likaNkulunkulu baezizwa bengenalutho. Lokho kungamandla ezwi likaNkulunkulu—abantu okumele bawafunde, ngemva kokuwafunda bazokondleka, futhi angeke benze lutho ngaphandle kwawo. Kunjengalapho abantu bedla isidakamizwa okuthiwa yi-opium: sibanikeza amandla, futhi ngaphandle kwayo bazizwa bekhungathekile, futhi bengenamandla. Unjalo umkhuba ophakathi kwabantu namuhla. Ukufunda amazwi kaNkulunkulu kunikeza abantu amandla. Uma bengawafundi, bazizwa bengenamdlandla, kodwa ngemva kokuwafunda, bavuka ngaso leso sikhathi “ekuguleni.” Leli yizwi likaNkulunkulu liphethe amandla emhlabeni noNkulunkulu ebusa emhlabeni. Abanye abantu bafuna ukushiya, noma sebekhathele umsebenzi kaNkulunkulu. Kungakhathaleki ukuthi benzani, abakwazi ukusuka emazwini kaNkulunkulu; kungakhathaleki ukuthi babuthaka kangakanani, kusadingeka bancike emazwini kaNkulunkulu ukuze baphile, futhi kungakhathaleki ukuthi bavukela kangakanani, abalokothi bashiye amazwi kaNkulunkulu. Lapho amazwi kaNkulunkulu ebonisa amandla awo yilapho uNkulunkulu ebusa futhi esebenzisa amandla Akhe, futhi yile ndlela uNkulunkulu asebenza ngayo. Kukho konke lokhu, imisebenzi kaNkulunkulu, futhi akekho ongayishiya. Amazwi kaNkulunkulu azosabalalela emakhaya angenakubalwa, azokwaziwa yibo bonke, futhi kungaleso sikhathi kuphela lapho amazwi Akhe ezosabalala emhlabeni wonke. Okungukuthi, uma umsebenzi Wakhe kumele usabalale kuwo wonke umhlaba, amazwi Akhe kumele asatshalaliswe. Osukwini lwenkazimulo kaNkulunkulu, amazwi Akhe azobonisa amandla negunya lawo. Onke amazwi Akhe kusukela ngesikhathi esingakhumbuleki kuze kube namuhla azofezeka futhi azogcwaliseka. Ngale ndlela, inkazimulo izoya kuNkulunkulu emhlabeni—okusho ukuthi, amazwi Akhe azobusa emhlabeni. Bonke ababi bazosolwa amazwi asemlonyeni kaNkulunkulu, bonke abalungile bazobusiswa amazwi omlomo Wakhe, futhi bonke bazokwakhiwa futhi bapheleliswe amazwi omlomo Wakhe. Angeke abonise noma yiziphi izimpawu noma izimangaliso; konke kuzofezwa amazwi Akhe, futhi amazwi Akhe azokhiqiza amaqiniso. Wonke umuntu emhlabeni uzohalalisela amazwi kaNkulunkulu, kungakhathaleki ukuthi badala noma bayizingane, owesilisa, owesifazane, omdala, omncane, bonke abantu bazozithoba ngaphansi kwamazwi kaNkulunkulu. Amazwi kaNkulunkulu abonakala esenyameni, evumela abantu ukuba bawabone emhlabeni, ecacile futhi ephila. UNkulunkulu uze emhlabeni ikakhulukazi ukuze afeze iqiniso lokuthi “uLizwi uba yinyama,” okusho ukuthi, uze ukuze amazwi Akhe azonikezwa esenyameni (hhayi njengasesikhathini sikaMose eTestamenteni Elidala, lapho uNkulunkulu ayekhuluma ngokuqondile esesibhakabhakeni). Ngemva kwalokho ngalinye lamazwi Akhe lizogcwaliseka phakathi neNkathi Yombuso Weminyaka Eyinkulungwane, azoba amaqiniso asobala emehlweni abantu, futhi abantu bazowabona ngamehlo abo ngaphandle kokungabaza. Lena yincazelo yangempela yokuba sesimweni somuntu kukaNkulunkulu. Okungukuthi, umsebenzi kaMoya ufezwa ngenyama, nangamazwi. Lena incazelo enembayo yokuthi “uLizwi waba yinyama” nethi “Ukubonakala kukaLizwi enyameni.” UNkulunkulu kuphela ongakhuluma intando kaMoya, futhi uNkulunkulu osenyameni kuphela ongakhulumela uMoya; amazwi kaNkulunkulu enziwe acaca ekubeni sesimweni somuntu kukaNkulunkulu, futhi wonke umuntu uqondiswa yiwo. Akekho okhululiwe, bonke bakhona ngaphakathi kwalo mngcele. Yingala mazwi kuphela lapho abantu bengakwazi khona; labo abangazuzi ngale ndlela bayaziphuphela nje uma becabanga ukuthi bangathola amazwi avela ezulwini. Lelo gunya libonakaliswe uNkulunkulu ekuguqulweni abe yinyama: ukwenza ukuba bonke bakholwe. Ngisho kuthiwa ompetha abaqeqeshiwe noma abefundisi bezinkolo angeke bakwazi ukukhuluma la mazwi. Kumele bazithobe kuwo, futhi akekho ongakwazi ukuqalisa kabusha. UNkulunkulu uzosebenzisa amazwi ukuze anqobe umhlaba wonke. Uzokwenza lokhu hhayi ngokuguqulelwa enyameni, kodwa ngokusebenzisa amazwi avela umlonyeni kaNkulunkulu obe yinyama ukuze anqobe bonke abantu emhlabeni wonke; yilokhu kuphela okunguLizwi eba yinyama, futhi yilokhu kuphela ukubonakala kukaLizwi enyameni. Mhlawumbe, kubantu, kubonakala sengathi uNkulunkulu akakenzi msebenzi ongako—kodwa uNkulunkulu kufanele akhlume nje amazwi Akhe kubantu ukuze bakholwe ngokuphelele, futhi kubo ukuze bathuthumele. Ngaphandle kwamaqiniso abantu bayamemeza futhi bakhamuluke; ngamazwi kaNkulunkulu, bayathula. UNkulunkulu nakanjani uzolifeza leli qiniso, ngoba kuyicebo Lakhe lesikhathi eside: ukufeza ukufika kukaLizwi emhlabeni. Eqinisweni, asikho isidingo sokuba ngichaze—ukufika koMbuso Weminyaka Eyinkungwane emhlabeni kuwukufika kwamazwi kaNkulunkulu emhlabeni. Ukwehla kweJerusalema elisha livela ezulwini kuwukufika kwamazwi kaNkulunkulu ukuba aphile phakathi kwabantu, ukuze aphelekezele konke okwenziwa umuntu. Leli wuhlelo oluhlelwe uNkulunkulu: amazwi Akhe azovela emhlabeni iminyaka eyinkulungwane, futhi azobonisa zonke izenzo Zakhe, futhi aqedele wonke umsebenzi Wakhe emhlabeni, emva kwakho okuyophela lesi sigaba sesintu .
Imibhalo yaphansi:
a. Amagama okuqala awawuqukethe umshwana othi “ukuthi uthini.”
Umthombo: IBandla LikaNkulunkulu USomandla
UMoya oNgcwele unikeza abantu umuzwa. Ngemva kokufunda amazwi kaNkulunkulu, ezinhliziyweni zabo bayaqina futhi banokuthula, kanti labo abangalamukeli izwi likaNkulunkulu baezizwa bengenalutho. Lokho kungamandla ezwi likaNkulunkulu—abantu okumele bawafunde, ngemva kokuwafunda bazokondleka, futhi angeke benze lutho ngaphandle kwawo. Kunjengalapho abantu bedla isidakamizwa okuthiwa yi-opium: sibanikeza amandla, futhi ngaphandle kwayo bazizwa bekhungathekile, futhi bengenamandla. Unjalo umkhuba ophakathi kwabantu namuhla. Ukufunda amazwi kaNkulunkulu kunikeza abantu amandla. Uma bengawafundi, bazizwa bengenamdlandla, kodwa ngemva kokuwafunda, bavuka ngaso leso sikhathi “ekuguleni.” Leli yizwi likaNkulunkulu liphethe amandla emhlabeni noNkulunkulu ebusa emhlabeni. Abanye abantu bafuna ukushiya, noma sebekhathele umsebenzi kaNkulunkulu. Kungakhathaleki ukuthi benzani, abakwazi ukusuka emazwini kaNkulunkulu; kungakhathaleki ukuthi babuthaka kangakanani, kusadingeka bancike emazwini kaNkulunkulu ukuze baphile, futhi kungakhathaleki ukuthi bavukela kangakanani, abalokothi bashiye amazwi kaNkulunkulu. Lapho amazwi kaNkulunkulu ebonisa amandla awo yilapho uNkulunkulu ebusa futhi esebenzisa amandla Akhe, futhi yile ndlela uNkulunkulu asebenza ngayo. Kukho konke lokhu, imisebenzi kaNkulunkulu, futhi akekho ongayishiya. Amazwi kaNkulunkulu azosabalalela emakhaya angenakubalwa, azokwaziwa yibo bonke, futhi kungaleso sikhathi kuphela lapho amazwi Akhe ezosabalala emhlabeni wonke. Okungukuthi, uma umsebenzi Wakhe kumele usabalale kuwo wonke umhlaba, amazwi Akhe kumele asatshalaliswe. Osukwini lwenkazimulo kaNkulunkulu, amazwi Akhe azobonisa amandla negunya lawo. Onke amazwi Akhe kusukela ngesikhathi esingakhumbuleki kuze kube namuhla azofezeka futhi azogcwaliseka. Ngale ndlela, inkazimulo izoya kuNkulunkulu emhlabeni—okusho ukuthi, amazwi Akhe azobusa emhlabeni. Bonke ababi bazosolwa amazwi asemlonyeni kaNkulunkulu, bonke abalungile bazobusiswa amazwi omlomo Wakhe, futhi bonke bazokwakhiwa futhi bapheleliswe amazwi omlomo Wakhe. Angeke abonise noma yiziphi izimpawu noma izimangaliso; konke kuzofezwa amazwi Akhe, futhi amazwi Akhe azokhiqiza amaqiniso. Wonke umuntu emhlabeni uzohalalisela amazwi kaNkulunkulu, kungakhathaleki ukuthi badala noma bayizingane, owesilisa, owesifazane, omdala, omncane, bonke abantu bazozithoba ngaphansi kwamazwi kaNkulunkulu. Amazwi kaNkulunkulu abonakala esenyameni, evumela abantu ukuba bawabone emhlabeni, ecacile futhi ephila. UNkulunkulu uze emhlabeni ikakhulukazi ukuze afeze iqiniso lokuthi “uLizwi uba yinyama,” okusho ukuthi, uze ukuze amazwi Akhe azonikezwa esenyameni (hhayi njengasesikhathini sikaMose eTestamenteni Elidala, lapho uNkulunkulu ayekhuluma ngokuqondile esesibhakabhakeni). Ngemva kwalokho ngalinye lamazwi Akhe lizogcwaliseka phakathi neNkathi Yombuso Weminyaka Eyinkulungwane, azoba amaqiniso asobala emehlweni abantu, futhi abantu bazowabona ngamehlo abo ngaphandle kokungabaza. Lena yincazelo yangempela yokuba sesimweni somuntu kukaNkulunkulu. Okungukuthi, umsebenzi kaMoya ufezwa ngenyama, nangamazwi. Lena incazelo enembayo yokuthi “uLizwi waba yinyama” nethi “Ukubonakala kukaLizwi enyameni.” UNkulunkulu kuphela ongakhuluma intando kaMoya, futhi uNkulunkulu osenyameni kuphela ongakhulumela uMoya; amazwi kaNkulunkulu enziwe acaca ekubeni sesimweni somuntu kukaNkulunkulu, futhi wonke umuntu uqondiswa yiwo. Akekho okhululiwe, bonke bakhona ngaphakathi kwalo mngcele. Yingala mazwi kuphela lapho abantu bengakwazi khona; labo abangazuzi ngale ndlela bayaziphuphela nje uma becabanga ukuthi bangathola amazwi avela ezulwini. Lelo gunya libonakaliswe uNkulunkulu ekuguqulweni abe yinyama: ukwenza ukuba bonke bakholwe. Ngisho kuthiwa ompetha abaqeqeshiwe noma abefundisi bezinkolo angeke bakwazi ukukhuluma la mazwi. Kumele bazithobe kuwo, futhi akekho ongakwazi ukuqalisa kabusha. UNkulunkulu uzosebenzisa amazwi ukuze anqobe umhlaba wonke. Uzokwenza lokhu hhayi ngokuguqulelwa enyameni, kodwa ngokusebenzisa amazwi avela umlonyeni kaNkulunkulu obe yinyama ukuze anqobe bonke abantu emhlabeni wonke; yilokhu kuphela okunguLizwi eba yinyama, futhi yilokhu kuphela ukubonakala kukaLizwi enyameni. Mhlawumbe, kubantu, kubonakala sengathi uNkulunkulu akakenzi msebenzi ongako—kodwa uNkulunkulu kufanele akhlume nje amazwi Akhe kubantu ukuze bakholwe ngokuphelele, futhi kubo ukuze bathuthumele. Ngaphandle kwamaqiniso abantu bayamemeza futhi bakhamuluke; ngamazwi kaNkulunkulu, bayathula. UNkulunkulu nakanjani uzolifeza leli qiniso, ngoba kuyicebo Lakhe lesikhathi eside: ukufeza ukufika kukaLizwi emhlabeni. Eqinisweni, asikho isidingo sokuba ngichaze—ukufika koMbuso Weminyaka Eyinkungwane emhlabeni kuwukufika kwamazwi kaNkulunkulu emhlabeni. Ukwehla kweJerusalema elisha livela ezulwini kuwukufika kwamazwi kaNkulunkulu ukuba aphile phakathi kwabantu, ukuze aphelekezele konke okwenziwa umuntu. Leli wuhlelo oluhlelwe uNkulunkulu: amazwi Akhe azovela emhlabeni iminyaka eyinkulungwane, futhi azobonisa zonke izenzo Zakhe, futhi aqedele wonke umsebenzi Wakhe emhlabeni, emva kwakho okuyophela lesi sigaba sesintu .
Imibhalo yaphansi:
a. Amagama okuqala awawuqukethe umshwana othi “ukuthi uthini.”
Umthombo: IBandla LikaNkulunkulu USomandla
Imithetho YeNkathi Entsha
Nitshelwe ukuthi nizihlomise ngamazwi kaNkulunkulu, ukuthi ngaphandle kwalokhu enikuhlelelwe, konke kuhlelwe yisandla sikaNkulunkulu, nokuthi asikho isidingo somthandazo wenu oqotho noma wokunxusa – akunalo usizo.
Izehlakalo
Kuzo zonke izehlakalo zikaPetru, wabekezelela amakhulu ezivivinyo. Nakuba abantu namuhla beliqonda igama elithi ‘uvivinyo,’ abayiqondi nhlobo incazelo yangempela yalo noma izimo.
16 Okthoba 2018
Lokho Umalusi Ofanelekayo Okufanele Ahlome Ngakho
Kumele uqonde izimo eziningi abantu abayoba kuzo lapho uMoya Ongcwele wenza umsebenzi kubo. Ikakhulukazi labo ababambisanayo ukuze bakhonze uNkulunkulu kumele baze bazibambe kangcono izimo ezilethwe umsebenzi uMoya Ongcwele owenza kubantu.
Umuntu Othola Insindiso Yilowo Ozimisele Ukwenza Ngokweqiniso
Ekuqaleni, isidingo sokuba nempilo efanele yasebandleni kwakukhulunywa ngayo kwizintshumayelo. Pho kungani impilo yasebandleni ingakathuthuki, futhi isafana nendala? Kungani kungekho indlela entsha futhi ehlukile yempilo? Ingabe kulungile ukuthi umuntu wezikhathi zangawo-1990 aphile njengombusi wesikhathi sakudala? Noma ukudla nophuzo kungaba izibiliboco ezingajwayelekile zesikhathi sakudala, akukho shintsho olukhulu ngezimo zase bandleni.
Landelani Iqiniso Uma Seniliqonda
Umsebenzi nezwi likaNkulunkulu kuhloselwe ukuletha ushintsho esimweni senu; inhloso Yakhe ayikhona nje ukunenza niliqonde noma nilibone bese lokho kuba yisiphelo salo.
15 Okthoba 2018
Mayelana nokusebenzisa kukaNkulunkulu umuntu
Akukho muntu okwazi ukuphila ngokuzimela ngaphandle kwalabo abanikwe umkhombandlela okhethekile nokuqondiswa nguMoya oNgcwele, ngoba badinga inkonzo nokweluswa yilabo abasetshenziswa nguNkulunkulu.
Okuqondene Nabo Bonke Abenza Umsebenzi Wabo
Esimweni samanje, wonke umuntu omthanda ngeqiniso uNkulunkulu unethuba lokulungiswa NguYe. Akusho lutho ukuthi basemusha noma bamdala, inqobo uma ezinhliziyweni zabo belalela uNkulunkulu futhi bemhlonipha, yeNa uzokwazi ukubalungisa.
14 Okthoba 2018
Ukudingida Impilo Yasebandleni Nempilo Yangokoqobo
Abantu bacabanga ukuthi bakwazi kuphela ukushintsha uma bengaphakathi ebandleni labo, nokuthi uma bengaphili besebandleni, ukuguquka akwenzeki, bathi abakwazi ukufeza inguquko yeqiniso empilweni yabo abayiphilayo.
Mayelana Nokuphila Komoya Okujwayelekile
Ikholwa kumele libe nokuphila komoya okujwayelekile—lesi isisekelo sokwazi amazwi kaNkulunkulu nokuba ngokoqobo. Okwamanje, ingabe yonke imithandazo, ukusondelana noNkulunkulu, ukuhlabelela, ukudumisa, ukuzindla, nokuzama ukuqonda amazwi kaNkulunkulu eniwenzayo kuhlangabezana namazinga okuphila komoya okujwayelekile? Akekho kini okumcacela kahle lokhu.
Indlela Yokwazi Iqiniso
UNkulunkulu unguNkulunkulu ongokoqobo: Wonke umsebenzi Wakhe ungokoqobo, wonke amazwi awakhulumayo angokoqobo, futhi wonke amaqiniso awavezayo angokoqobo.
13 Okthoba 2018
Indlela Yokukhonza Ngokuvumelana Nentando KaNkulunkulu
Namuhla, sizobe sikhuluma ngendlela okumele abantu bakhonze ngayo uNkulunkulu ekukholweni kwabo kuNkulunkulu, yimiphi imibandela okumele ifezwe kanye nokuthi yini ekumele iqondwe yilabo abakhonza uNkulunkulu, nokuthi yiziphi iziphambeko ezikhona ekukhonzeni kwakho.
Indlela Yokungena Esimweni Esijwayelekile
Lapho abantu bamukela ngokwengeziwe amazwi kaNkulunkulu, yilapho bekhanyiseleka ngokwengeziwe futhi yilapho befuna ngokwengeziwe ulwazi lukaNkulunkulu ngokulambela nokomela ukulunga.
Ababi Kumele Bajeziswe
Ukuhlola ukuthi wenza ukulunga kukho konke okwenzayo yini, nokuthi zonke izenzo zakho ziyabonwa yini uNkulunkulu, kuyizimiso zokuziphatha zalabo abakholwa kuNkulunkulu.
12 Okthoba 2018
Izithembiso Kulabo Abaphelelisiwe
Iyiphi indlela uNkulunkulu aphelelisa ngayo umuntu? Yiziphi izingxenye ezifakiwe? Ingabe uzimisele ukupheleliswa nguNkulunkulu? Ingabe uzimisele ukwamukela isahlulelo kanye nokusolwa uNkulunkulu?
Impilo Yangokomoya Elungile Ibuyisela Abantu Endleleni Eyiyonayona
Nisahambe ibanga elincane kabi endleleni yekholwa elikholelwa kuNkulunkulu, futhi nisazongena endleleni eyiyona, ngakho liselide kakhulu ibanga ngaphambi kokufinyelela ezingeni likaNkulunkulu.
11 Okthoba 2018
Ukwakha Ubudlelwane Obufanele NoNkulunkulu Kubaluleke Kakhulu
Abantu bakholwa kuNkulunkulu, bathanda uNkulunkulu, futhi banelisa uNkulunkulu ngokuthinta uMoya kaNkulunkulu ngenhliziyo yabo, kanjalo bazuza ukwaneliseka Kwakhe; futhi lapho bedingida amazwi kaNkulunkulu ezinhliziyweni zabo, babe sebekhuthazwa uMoya kaNkulunkulu.
Ekukholweni Kwakho kuNkulunkulu Kumele Ulalele uNkulunkulu
Kungani ukholwa kuNkulunkulu? Abantu abaningi bayabaxakwa yilo mbuzo. Banemibono emibili eyehlukene ngoNkulunkulu ongokoqobo kanye noNkulunkulu osezulwini, okukhombisa ukuthi bakholwa kuNkulunkulu bengaqonde kulalela, kodwa ukuthola izinzuzo ezithile, noma befuna ukubalekela ukwehlelwa yinhlekelele.
Indlela Yokukhonza Yenkolo Kumelwe Ivalwe
Kusukela ekuqaleni komsebenzi wakhe endaweni yonke, uNkulunkulu wanqumela kusengaphambili abantu abaningi ukuba bamkhonze, kuhlanganisa abantu abavela kuzo zonke izizinda zokuphila.
10 Okthoba 2018
1. Yini ukulandela intando KaNkulunkulu? Ingabe ukulandela intando kaNkulunkulu uma umuntu enza umsebenzi wokuhambisa ivangeli likaNkulunkulu kuphela?
Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
"Akubona bonke abathi kimi, Nkosi, Nkosi abazongena embusweni wezulu; kodwa lowo owenza intando kaBaba osezulwini. Abaningi bazothi kimina ngalolo suku, Nkosi, Nkosi, asizange siphrofethe ngegama lakho? Futhi sakhipha namadimoni ngegama lakho? Futhi ngegama lakho senza imisebenzi eminingi emihle? Khona-ke ngizobe sengifakaza kubo ngithi, anginazi: sukani kimi, nina enenza okubi" (Mathewu 7:21-23).
2. Kungani umhlaba wezenkolo umphikile uKrestu, futhi wamlahla ngaleyo ndlela wazithela ngeziqalekiso zikaNkulunkulu?
Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Yizwani omunye umfanekiso: Kwakunomninindlu othile, owatshala isivini, futhi wasibiyela ngothango, futhi wemba khona isikhamo, wase akha isiqongo sokulinda, wabe esesiqashisa kubalimi, wase eya ezweni elikude: Futhi lapho isikhathi sezithelo sesisondela, wathuma izinceku zakhe kubalimi, ukuba zithathe izithelo zaso.
09 Okthoba 2018
1. Kungani uhulumeni Wobukhomanisi WaseShayina eshushisa ngamandla, ecindezela futhi elandela ngesihluku uNkulunkulu Somandla kanye neBandla LikaNkulunkulu USomandla?
Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Lesi yisizukulwane esibi” (Luka 11:29).
“umhlaba wonke usebubini” (1 Johane 5:19).
“Yeka ukuwa kwakho ezulwini, O Lusifa, ndodana yokusa! Nokunqunyelwa kwakho phansi, wena owathobisa izizwe! Ngoba uthe enhliziyweni yakho, ngiyakukhuphukela ezulwini, ngiyophakamisa isihlalo sami sobukhosi ngaphezu kwezinkanyezi zikaNkulunkulu: Ngiyohlala futhi entabeni yomhlangano, ngasekugcineni kwenyakatho: Ngiyakukhuphuka ngaphezu kwezindawo eziphakemeyo zamafu; ngizenze ngibe njengoPhezukonke” (UIsaya 14:12-14).
3. Yini ngempela intando yomuntu olandela uNkulunkulu? Futhi yini ubufakazi beqiniso ngokukholwa kuNkulunkulu?
Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Khona-ke uJobe wasukuma, wabe eseklebhula isiphuku sakhe, futhi waphuca ikhanda lakhe, wabe esewela emhlabathini, futhi wakhuleka, Waye sethi, Ngaphuma ngihamba ze esibelethweni sikamama wami, futhi ngiyobuyela kuso ngihamba ze: iNKOSI iphile, futhi iNKOSI ithathile; malibongwe igama leNKOSI” (UJobe 1:20-21).
2. Ingabe ubufakazi beqiniso benkolo kuNkulunkulu uma umuntu ethokozela kuphela umusa kaNkulunkulu?
Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
Uma uthokozela umusa kaNkulunkulu kuphela, unempilo yomndeni enokuthula noma ukubusiseka ngezinto eziphathwayo, lapho-ke awukamtholi uNkulunkulu, futhi inkolo yakho kuNkulunkulu ifadabele.
08 Okthoba 2018
3. Kungani iqiniso elichazwa nguNkulunkulu ezinsukwini zokugcina likwazi ukuhlanza umuntu, limphelelise umuntu futhi libe yimpilo yomuntu?
Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
Indlela yokuphila akusiyo into engaba ekanoma ubani, futhi ayitholwa yibo bonke abantu kalula. Lokhu kwenziwa ukuthi ukuphila kuvela kuNkulunkulu kuphela, okusho ukuthi, uNkulunkulu kuphela onesiqu sokuphila, ayikho enye indlela yokuphila ngaphandle kukaNkulunkulu Uqobo, ngakho-ke uNkulunkulu kuphela owumthombo wokuphila, futhi uwumthombo wamanzi okuphila ahlala egeleza.
2. Kuyoba yini umphumela uma umuntu ekholelwa kuNkulunkulu Oyedwa ngokwethembela olwazini lwesayensi yezindaba zenkolo eBhayibhelini?
Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Laba bantu basondela kimi ngomlomo wabo, futhi bangidumisa ngezindebe zabo; kodwa inhliziyo yabo ikude nami. Kodwa bangikhonza ngeze, bafundisa izimfundiso eziyimiyalo yabantu” (UMathewu 15:8-9).
07 Okthoba 2018
1. Yini iqiniso? Yini ulwazi lweBhayibheli nemfundiso?
Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Ekuqaleni kwakukhona uLizwi, uLizwi wayenoNkulunkulu, futhi uLizwi wayenguNkulunkulu.”“Futhi uLizwi waba yinyama, futhi wahlala phakathi kwethu, … egcwele umusa neqiniso”(Johane 1:1, 4).
“Mina ngiyindlela, iqiniso nokuphila” (Johane 14:6).
3. Ukuchaza uNkulunkulu oyedwa weqiniso “njengoNkulunkulu Wobuthathu” kungukudelela nokuhlambalaza uNkulunkulu
Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
Niyazi ukuthini, eqinisweni, uZiqu Zintathu uyinto engekho. UNkulunkulu akanaye uYise noma iNdodana, ingasaphathwa eyokuthi kunethuluzi elisetshenziswa nguYise neNdodana ngokubambisana: uMoya oNgcwele.
06 Okthoba 2018
2. Kungani “UbuNkulunkulu Obuthathu” kuyisitatimende esiyinhlekisa enkulu?
Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
Ngemva kokuba abantu sebazi iqiniso lokuthi uJesu waba yinyama baqaphela lokhu: Ezulwini akukho kuphela uBaba, kodwa kuneNdodana, kanye noMoya imbala. Abantu bebelokhu bekholelwa, ukuthi kunalo Nkulunkulu ezulwini: uZiqu zintathu okunguYise, iNdodana, noMoya oNgcwele, bamunye.
1. Ingabe uNkulunkulu weqiniso owadala izulu nomhlaba nakho konke uyedwa noma muthathu?
Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“UFiliphu wathi kuye, Nkosi, sibonise uYihlo, futhi kusanele. UJesu wathi kuye, Isikhathi esingaka ngikanye nani, kodwa awukangazi, Filiphu? ongibonile mina ubonile uBaba; futhi usho kanjani ukuthi, Sibonise uYihlo? Awukholwa ukuthi ngikuBaba, nokuthi uBaba ukimi? amazwi engiwakhuluma kini angiwakhulumi ngokwami: kodwa uBaba ohlezi kimi, wenza imisebenzi. Kholwani yimi ukuthi ngikuBaba, nokuthi uBaba ukimi: uma kungenjalo kholwani yimi ngenxa yemisebenzi” (UJohane 14:8-11).
6. Emhlabeni wezenkolo, yiqiniso noNkulunkulu abaphethe Amandla, noma ingabe omphikukristu noSathane abaphethe amandla?
Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Maye kinina, babhali nabaFarisi, bazenzisi! ngokuba nivalela abantu umbuso wezulu: ngokuba aningeni nina, nabangenayo niyabahlupha” (Mathewu 23:13).
05 Okthoba 2018
5. Yini umphumela womuntu okholwa kuNkulunkulu enkolweni kodwa sibekelwe ukudideka nokulawulwa ngabaFarisi nomphikukristu? Ingabe umuntu angasindiswa nguNkulunkulu uma ekholwa kuNkulunkulu ngale ndlela?
Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Bangabaholi bezimpumputhe abayizimpumputhe. Futhi uma impumputhe ihola impumputhe, ziyoyela emgodini zombili” (UMathewu 15:14).
“Ngoba abahola laba bantu bayabadukisa; futhi nabaholwa yibo bayabhujiswa” (UIsaya 9:16).
4. Ingabe abefundisi nabadala ngempela babekwe nguNkulunkulu? Ingabe ukwamukela nokulalela abefundisi nabadala kumele ukuthobela komuntu nokumlandela uNkulunkulu?
Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Ngakho manje, bheka ukukhala kwabantwana bakwa-Israyeli kufikile kimi: futhi ngibonile ukucindezela abaseGibithe ababacindezela ngakho. Ngakho hamba manje, futhi ngizokuthumela kuFaro, ukuba ukhiphe abantu bami abantwana bakwa-Israyeli eGibithe” (UEksodusi 3:9-10).
3. Yini sonke isigaba esisha somsebenzi kaNkulunkulu sibhekana nokudelelwa ngamandla kanye nokulahlwa yizwe lezenkolo? Yini imbangela eyisisusa salokhu?
Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Futhi waqala ukukhuluma kubo ngemifanekiso ethi. Umuntu othile watshala isivini, futhi wasibiyela ngothango, futhi wemba isikhamo, wase akha isiqongo sokulinda, wabe esesiqashisa kubalimi, wase eya ezweni elikude.
03 Okthoba 2018
2. Yingani kuthiwa abefundisi bezenkolo nabadala bonke bahamba umgudu wobuFarisi? Yini umongo wabo?
Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Futhi waqala ukukhuluma kubo ngemifanekiso ethi. Umuntu othile watshala isivini, futhi wasibiyela ngothango, futhi wemba isikhamo, wase akha isiqongo sokulinda, wabe esesiqashisa kubalimi, wase eya ezweni elikude.
1. Kungani iNkosi UJesu eqalekisa AbaFarisi? Yini ngempela umongo WobuFarisi?
Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Kungani nani neqa umyalo kaNkulunkulu ngenxa yesiko lenu? Ngoba uNkulunkulu wayala, wathi, Hlonipha uyihlo nonyoko: nokuthi, Lowo oqalekisa uyise noma unina, makafe nokufa. Kodwa nithi, Oshoyo kuyise noma kunina ukuthi, Kuyisipho, lokho ongabe usizwe yimi ngakho; Futhi angahloniphi uyise noma unina, uyakukhululeka.
2. Kungani uNkulunkulu ebusisa ibandla elamukela nelithobela umsebenzi Wakhe? Kungani eqalekisa izinhlangano zezenkolo?
Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
Ngoba labo abakwezenkolo bayehluleka ukwamukela umsebenzi kaNkulunkulu omusha, futhi babambelela emsebenzini wakudala, ngakho uNkulunkulu ubalahlile labo bantu, futhi wenza umsebenzi Wakhe omusha kubantu abamukela lo msebenzi omusha. Laba ngabantu abasebenzisana nomsebenzi Wakhe omusha, futhi umsebenzi wokuphatha ungafezeka ngale ndlela kuphela.
02 Okthoba 2018
1. UNkulunkulu usesimweni somuntu eShayina ngezinsuku zokugcina; yini isisekelo salokhu eBhayibhelini kanye nasemazwini kaNkulunkulu?
Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Ngoba kusukela ekuphumeni kwelanga ngisho nasekushoneni kwalo igama lami liyoba likhulu phakathikwaBezizwe”(UMalaki 1:11).
“Njengoba nje umbani uvela empumalanga, futhi ukhanya ngisho nasentshonalanga; kuyoba njalo nokuza kweNdodana yomuntu” (Math 24:27).
1. Ingabe ngempela umuntu kufanele alizwe kanjani izwi likaNkulunkulu? Ingabe umuntu angaqiniseka kanjani ukuthi uNkulunkulu ngempela nguNkulunkulu uSomandla yiNkosi uJesu ebuyisiwe?
Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Izimvu zami zizwa izwi lami, futhi ngiyazazi, ziyangilandela” (Johane 10:27).
“Ngisenezinto eziningi engingazisho kini, kodwa ningekwazi ukuzithwala manje. Noma kunjalo, uma esefikile yena, uMoya weqiniso, uzoniholela kulo lonke iqiniso: ngoba akazukuzikhulumela, kodwa lokho azokuzwa, uzokusho: futhi uzonikhombisa okuzayo” (Johane 16:12-13).
5. Yini ngempela inkolo yeqiniso kuNkulunkulu? Kufanele umuntu akholwe kanjani kuNkulunkulu ukuze athole ukutuswa Kwakhe?
Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
Nakuba abantu abaningi bekholelwa kuNkulunkulu, bambalwa abaqondayo ukuthi kusho ukuthi ukukholwa kuNkulunkulu, nokuthi yini okumele bayenze ukuze babe senhliziyweni kaNkulunkulu.
01 Okthoba 2018
Izwi Lamashumi Amabili Nesishiyagalolunye
Ngosuku lapho zonke izinto zavuswa khona, Ngeza phakathi kwabantu, ngachitha izinsuku nobusuku obumnandi nabo. Kulapha kuphela lapho umuntu ezwa kancane ngokufinyeleleka Kwami, futhi njengoba ukuhlangana Kwami nabo sekuvama, ubona okunye kwalokho enginakho nengiyikho—ngalokho, uzuza ulwazi oluthile Ngami.
2. Umhlaba okholwayo ukholwa ukuthi yonke imibhalo inikezwe ngokufunzelelwa nguNkulunkulu nokuthi konke kungamazwi kaNkulunkulu; ingabe umuntu kufanele ahlaluke kanjani lesi sitatimende?
Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
Akuyona yonke into eseBhayibhelini engumbhalo wamazwi akhulunywa nguNkulunkulu mathupha. IBhayibheli lethula izigaba ezimbili zomsebenzi kaNkulunkulu waphambilini, ingxenye eyodwa ingumbhalo ngokubikezela kwabaphrofethi, enye ingxenye yilokho abantu abadlule kukho kanye nolwazi olubhalwe ngabantu abebesetshenziswa nguNkulunkulu ngesikhathi sonke sezinkathi.
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)